Delta Chat








INCAZELO:
I-Delta Chat ifana neTelegram noma iWhatsapp kodwa ngaphandle kokulandela umkhondo noma ukulawula okuphakathi. I-Delta Chat ayidingi inombolo yakho yocingo. Bheka wethu isitatimende sobumfihlo. I-Delta Chat ayinawo amaseva ayo kodwa isebenzisa isistimu yemiyalezo evulekile enkulu kakhulu neyahlukene eyake yaba khona: inethiwekhi yeseva ye-imeyili ekhona.
Xoxa nanoma ubani uma ulazi ikheli lakhe le-imeyili, asikho isidingo sokuthi afake i-DeltaChat! Okudingayo nje i-akhawunti ejwayelekile ye-imeyili.

